Izindaba Ezinhle Zentokozo Enkulu

Izifundo ezingu-25 ezibhalwe nguJohn Piper eziyimikhuleko elungiselela ukufika kweNkosi

Isipho sikaNkulunkulu esingechazeke: INdodana kaNkulunkulu yavela

Isifundo ngasinye kwezingu-25 sigxila kwingxenye ethile ecashunwe eBhayibhelini, bese ilandelwa ithuba lokudlinza ngayo kafushane. Njengoba lezi kuyizifundo zansuku zonke zikulungele ukuthi uzifundele zona ngawedwana noma nomndeni wakho, ngoba ziyindlela enhle kakhulu yokubukisisa ubuhle besethembiso sensindiso ezofika kubantu ngokuzalwa kukaJesu Kristu.

‘IZINDABA EZINHLE ZENTOKOZO ENKULU zivuselela kithi okungathi ngendlela entsha inkazimulo yosuku lukaKhisimusi. Ayichazeki indlela ethathisa ngayo ikhefu labo abahlale bematasa (…) ukucabanga (usuku nosuku) ngoJesu uMsindisi wethu – bese beyaphumula, bayathokoza, bavuseleleke.’ (Ray Ortlund)

Ibhokisi eliyingcebo eligcwele iqiniso ngoJesu

Lencwadi equkethe imidlinzo ngokufika kukaJesu ihlose ukumenza kube nguye ongungqa- phambili ngesikhathi samaholide. Lezi zifundo zicashunwe kweminye yemisebenzi kaJohn Piper.

Yabelana Ngenjabulo KaKhisimusi!

©️ 2021 Crossway & desiringGod